Aller au contenu principal

Paroles de la chanson Kuligugu Kimi par Joyous Celebration

Voir les prochains concerts de La célébration pâques

Réserver

Paroles de la chanson Kuligugu Kimi par

Kuligugu kimina njalo
Ukwaz' ukuthi nginomhlobo
Ongek' angishiy' um' izinsuku zinzima

Ohlal' ekhona uma ngimdinga ngempela

Umhlobo onguJesu
Umhlobo onguJesu

Jesu ungumhlobo wangempela
Lapho abantu bengijikela
Izivunguvungu zizintlangothi zonke
Lapho izitha zibhodla
okwengenyama
Ziqond' ukungigwinya

Uthembisile Jesu
Uyohlal' unami njalo nje

Uphi umhlobo onjengaye?
Akajiki uhlal' ekhona
Uthembekile unothando lwaphakade
Thando lwakhe lujulile lubanzi

Uthembisile Jesu
Uyohlal' unami njalo nje

Paroles.net dispose d'un accord de licence de paroles de chansons avec la Société des Editeurs et Auteurs de Musique (SEAM)

Sélection du moment