Paroles de la chanson Vezanlebe par Johnny Clegg

Chanson manquante pour "Johnny Clegg" ? Proposer les paroles
Proposer une correction des paroles de "Vezanlebe"

Paroles de la chanson Vezanlebe par Johnny Clegg

Umfowethu uyahlupha
Angazi impela ukuthi uqonda ukwenzani
Umfowethu uyahlupha
Ukhuluma izinto engingazazi
Umfowethu uyahlupha
Wenza sangathi uyaingingcokolela
Umfowethu uyahlupha
Maka yeke ukungikhulumela kabi
Nakho!
Ke usetshela abangane bakhe
Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa
Next door

Elakwabani?
Elakwabani ivezanlebe?
Selicwayisa amehlo livezanlebe

Umfowethu uyahlupha
Sakhula naye saqudelana
Umfowethu uyahlupha
Ngamehl ula njalo noma ngani
Umfowethu uyahlupha
Umdala kodwa ungathi usemncane
Umfowethu uyahlupha
Ngisuphotha ikhaya kodwa yena akanandaba
Nakho!
Ke usetshela abangane bakhe
Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa
Next door

Elakwabani?
Elakwabani ivezanlebe?
Selicwayisa amehlo livezanlebe


Khuzani khuzani
Khuzani, webaba noma

Elakwabani?
Elakwabani ivezanlebe?
Selicwayisa amehlo livezanlebe

Paroles.net dispose d’un accord de licence de paroles de chansons avec la Société des Editeurs et Auteurs de Musique (SEAM)

Sélection des chansons du moment

Les plus grands succès de Johnny Clegg