Paroles de la chanson Umama par Sjava
Chanson manquante pour "Sjava" ? Proposer les paroles
Proposer une correction des paroles de "Umama"
Proposer une correction des paroles de "Umama"
Paroles de la chanson Umama par Sjava
Ngikhumbul' uMa
Ak'savumi (Ngikhumbul' uMa)
Ang'sakhoni
Ngikhumbul' uMa
Ngith' Ak'savumi
Ngikhumbul' uMa
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' uMawayo
Tha bafwethu ngek' ni understand
Ndod' endala kangaka ikhalel' uMawayo
Tha bafwethu ngek' ni understand
Uyojabula mang'fika
Athi uShembe uyaphila
Kule'ngozi zom'gwaqo mntanami ng'yajabula ufike usaphila

Beka i'khwama ke Msamu
Land' impepho kaGogo erondweni
Ng'phahle, ngikhulume nabadala, ngibatshele usemagcekeni
Imvul' iyana emakhaya
Ses'phelile amakhaza
Mawubuy' eGoli, cel' ung'phathel' i-heater ngoba ngempela uzong'ngcwaba
Yaz' uMa , avunamahlaya
Ngeke ushone ngisak'thanda
K'yoba isibusiso kimi ukuthi ubekhona Ma wami mang'shada
Ngoba uyokwazi 'th'ukung'bonisa
Mase zing'buyela emshadweni
Ngoba uyokwazi 'thu'ukung'duduza

Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uMa
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uMa
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' uMawayo
Tha bafwethu ngek' ni understand
Ndod' endala kangaka ikhalel' uMawayo
Tha bafwethu ngek' ni understand
Into eng'ythanda ngekhaya
Ukuthi ekhaya ak'ngwenwa ngemali (ngemali, yeah yeah)
Noma ng'ngasebenzi uMama ung'thanda ngingenani
(Ungithanda ngingenalutho)
Noma umhlaba ungang'shaya uzong'thulisa athi, "mntanam' ungakhali" (ungakhali)
Ubukeka ukhathale awuthi ngilande ukudla baba hlala phansi (hlala phansi)

Paroles.net dispose d’un accord de licence de paroles de chansons avec la Société des Editeurs et Auteurs de Musique (SEAM)